0
Your cart

Your cart is empty

Browse All Departments
  • All Departments
Price
  • R50 - R100 (1)
  • R100 - R250 (1)
  • -
Status
Brand

Showing 1 - 2 of 2 matches in All Departments

X-Kit Achieve! Literature Study Guide Impi Yabomdabu Isethunjini Grade 12 (isiZulu Home Language) (Zulu, Paperback): J.C.... X-Kit Achieve! Literature Study Guide Impi Yabomdabu Isethunjini Grade 12 (isiZulu Home Language) (Zulu, Paperback)
J.C. Buthelezi
R115 R102 Discovery Miles 1 020 Save R13 (11%) Ships in 5 - 10 working days

Nalu uchungechunge lwe-X-Kit Achieve! Luyimibhalo eyinqazivele elotshwe yaphinde yahlotshiswa ngemibala ehehayo, kanye nezinsizakusebenza ezingamalungiselelo okuhlolwa ayikhwalithi eseqopheleni eliphezulu. Lolu chungechunge lubhalwe ngothisha abanohlonze futhi nabasezingeni eliphezulu kwezemfundo. Izincwadi zalo zifundisa ulwazi kanye namakhono asehloliwe ukusebenza kwawo ngempumelelo ezivivinyweni zesiZulu uLimi Lwasekhaya kanye nalolo Lwemibhalo Yolimi LokuQala OlwEngeziwe lweFET. Kulolu chungechunge kufundiswa kabanzi lezi zimpawu zenoveli ezilandelayo: isakhiwo, abalingiswa, uphawu kanye nomfanekisomqondo bese abafundi bevivinywa ngendlela enabile nedephile. Kuphinde kufundiswe izindlela zokuzilungiselela ukuhlolwa. Lolu chungechunge futhi lunemibuzo yokuhlolwa. Kanti kukhona nezimpendulo zayo yonke imibuzo ukusiza abafundi bakwazi ukuzitholela ngokwaba lokho abakuqondisisayo. Lo mhlahlandlela wabafundi wenzelwe ukukusekela lapho uzilungiselela ukuhlolelwa Ibanga le- 11 kwesifundo sesiZulu. Lo mhlahlandlela uqukethe lokhu okulandelayo: Lonke ulwazi lwangaphambili oludingekayo ukuze wazi uqondisise ngokuphelele inoveli Impi Yabomdabu Isethunjini.; Ukufinqwa kwezahluko zenoveli.; Izinkulumo ezicashuniwe ezizosetshenziswa ekuhlolweni.; Ukuhluza inoveli okuzokusiza ukuqondisisa isakhiwo, kanye nokwenza izincomo.; Ukuhlaziywa kwabalingiswa.; Ukufinqwa kwezindikimba ezibalulekile.; Amalungiselelo okuhlolwa aqondisisekayo, imibuzo yokuZivivinya, izibonelo zemibuzo emifishane kanye nezimpendulo ezigcwele.; Iglosari echaza amagama angamatemu asetshenziswa kwezemibhalo. This eBook is in ePDF format, which enables you to: View the entire book offline on desktop or tablet.; Search for and highlight text; and Add and edit personal notes directly in your eBook.

Impi Yabomdabu Isethunjini (Zulu, Paperback): J.C. Buthelezi, G. Mazibuko, P. B. Khawula Impi Yabomdabu Isethunjini (Zulu, Paperback)
J.C. Buthelezi, G. Mazibuko, P. B. Khawula 1
R67 R59 Discovery Miles 590 Save R8 (12%) Ships in 5 - 10 working days

This isiZulu Literature Prescribed Novel is CAPS Approved for Grade 12.

Lena inoveli ikhuluma ngemfundo kanye nenhlalo emndenini. Umbhali ubhale ngemfundo emva kokuba iNingizimu Afrika isizuze inkululeko. Uthi aqhathanise ukufunda okuzuzwe abasemadolobheni ekuqhathanisa nabasemakhaya. Nakuba lo mndeni umbhali abhale ngawo kungumndeni owodwa kepha abanye bathi uma sebefundile babukele amanye amalungu omndeni phansi ngoba sebezibona bengcono. Laba abahlala endaweni esemakhaya bona ukufunda kwabo kuthela izithelo ngoba benza umehluko omkhulu empilweni yomndeni wabo kanye nasemphakathini ngokubanzi. Umbhali ugqamisa ukuthi uma uzimisele ukwenza into ethile uyaphumelela noma ngabe zingakanani izihibe ezisendleleni yakho. Le noveli inika ithemba futhi iyakhuthaza. Imuva lakho alisoze lacaba indlela yakho ebheke phambile kepha umuntu. Le noveli iqukethe: Isingeniso esinolwazi olujulile.; Imibuzo yamazinga ahlukene ukuze umfundi akwazi ukuzwisisa kangcono indaba.

This book is about a divided family. The eldest son of the Ngubane family, Mbhabhadisi, lives an elite life with his family in Umlazi. Mbhabhadisi's sister, Linono, has two children. When Linono marries a sugarcane cutter, her in-laws do not accept her fatherless children. Mbhabhadisi's uncle, Ndosi Cele, looked after these children until he succumbed to pressure from the neighbours who say he must send the children to an urban area where they will get a better life. However, Mbhabhadisi refuses to take responsibility for this sister's children. Mbhabhadisi and his wife are depicted floundering from one mistake to anoter.

The novel includes: An informative introduction; and Levelled questions for the learner's comprehension of the story.

Free Delivery
Pinterest Twitter Facebook Google+
You may like...
Hani - A Life Too Short
Janet Smith, Beauregard Tromp Paperback R310 R248 Discovery Miles 2 480
Chicco Natural Feeling Manual Breast…
R799 Discovery Miles 7 990
Twisted Games - Twisted: Book 2
Ana Huang Paperback  (2)
R280 R99 Discovery Miles 990
Patrice Motsepe - An Appetite For…
Janet Smith Paperback R300 R240 Discovery Miles 2 400
Loot
Nadine Gordimer Paperback  (2)
R398 R330 Discovery Miles 3 300
Casio LW-200-7AV Watch with 10-Year…
R999 R884 Discovery Miles 8 840
Shield Anti-Freeze Summer Coolant 50…
 (4)
R57 Discovery Miles 570
Loot
Nadine Gordimer Paperback  (2)
R398 R330 Discovery Miles 3 300
Bestway Beach Ball (51cm)
 (2)
R26 Discovery Miles 260
Shield Fresh 24 Gel Air Freshener…
R31 Discovery Miles 310

 

Partners